Ngaphambi kweziqu
Lolu hlelo luqukethe izifundo ezintathu ezisemqoka (Ukufunda ngezilimi, Ukusebenza ngezilimi, nolimi) nezinye izifundo ezengeziwe (ezingaba ezinye izilimi noma ezikhethwe ifakhalithi yezifundo zobuntu). Izifundo zokufunda nokusebenza ngezilimi zifundiswa eSigabeni Sokufunda ngezilimi. Izilimi nezifundo ezikhethwe ifakhalithi yezifundo zobuntu zifundiswa ngezinye izigaba kuyo le fakhalithi yezifundo zobuntu.
Unyaka Wokuqala | Unyaka Wesibili | Unyaka Westhathu | Izifundo zesigamu sonyaka |
Ukufunda ngezilimi 1A & B | Ukufunda ngezilimi 2A & B | Ukufunda ngezilimi 3A & B | 6 |
Ukusebenza ngezilimi1A & B | Ukusebenza Ngezilimi 2A & B | Ukusebenza Ngezilimi3A & B | 6 |
Ulimi 1A & B* | Ulimi 2A & B | Ulimi 3A & B | 6 |
Ulimi 1A & B* | Ulimi 1A & B | 4 | |
Izifundo ayisi-8 zengxenye yonyaka | Izifundo eziyisi-8 zengxenye yonyaka | Izifundo eziyisi-6 zengxenye yonyaka | 22 |